가사
Phezukwabo ngathi irooof inamaninja,
Ngthembe ingoma zam ukuthi sizengangsiza,
Njengefro uma ungane seyzofika,
Kwaphuma iflow ubungakwazi ngzodiliva
Mawthothi kbheka lonke ithuba bas'valele,
Yingakho Sphanda dangerous ntwana siphumu mabelele,
Ng'ring' ivari baba thina asiyzamele,
Nathi skhone kshiya umcebo esiwkhandele
Themba mina ng'sazobheka namanigga,
Asvele fly.e sonke maseng'land.a amaklipa
Langa lokugcina ntwna lisengafika,
Gcwala mpintsh izwa ngam' brul vuka siyobakiller
Asilwelwe ukphuma kule ndawo akuthuleki
Noma ngabe ukuphi angikwehluleli,
Ungabo hleka kweyakho endlin awkafuleli,
Noma usufulele phansi umuntu ungambukeli
Anivule iminyango siphume ek'hluphekeni
Ngobaa ungafa noma ninj sihleli ekcupheleni
Mangnento ofuna ukyisho angcav uthuleleni, ngoba son
Eyakho nawe mawngakafik' emathuneni ey
Asivele siqonde kuyo impilo asikhuleni
Khandi iksasa lakho umuntu akahluleki
Ngena ngeForce bafana bam asilutheni
Letha umshini wam ngkhona angizumeki